Inkosi ingumsindisi wami, ingumholi wami
Ungithanda kakhulu namhlanje kunayizolo
Izibusiso zakhe azipheli, akashintshi njengabantu
Ungithanda kakhulu namhlanje kunayizolo
Kunayizolo
Kunayizolo
UJesu ungithanda kakhulu namhlanje kunayizolo

Ngithandaza kuwe Nkosi ubaxolele
Ngabe bayakwazi ungithanda kangakanani, ngabe abangihleki
Izitha zami ngizifisela impilo ende, ukuze zibone uyangibusisa
Wazi ukuthi abantu bayamangaza
Bammala uJesu kathathu iqhude lingakakhali
Wazi ukuthi abantu bayamangaza
Bambethelela uJesu uMesiya bengangabazi
Inkosi ingumsindisi wami, ingumholi wami
Ungithanda kakhulu namhlanje kunayizolo
Izibusiso zakhe azipheli, akashintshi njengabantu
Ungithanda kakhulu namhlanje kunayizolo
Kunayizolo
Kunayizolo
UJesu ungithanda kakhulu namhlanje kunayizolo
Kunayizolo
Kunayizolo
UJesu ungithanda kakhulu namhlanje kunayizolo
Nguwe engithembele kuye, ekufeni noma ekuguleni ngithembele kuwe baba
Noma yini engivimbayo, ukuze ngingangeni ezulwini uzongisusela yona