Ngizoba enamandl' inkosi, zitha qaphelani!
(Zazu)
Weh, angikaze ngiyibone inkosi yezilwane enezinwele ezincane kanje
(Simba)
Kuzoba yim' obukwayo okudlula amanye amakhosi.
Ngifunda nokudelela ngijwayele ukubhodla.
(Zazu)
Aha, kodwa-ke akusho lutho lokho
(Simba)
Sengijah' ukuba yinkosi!
(Zazu)
Kodwa isende lendlela nkosana uma ucabanga
(Simba)
Akothi yenzukuthi
(Zazu)
Akekho othi iba la
(Nala)
Akekho othi iba la
(Zazu)
Akekho othi bheka la
(Simba)
Akekho othi yeka
(Zazu)
Ngikhululekile
(Simba)
Akekho othi bheka la
(Zazu)
Ngenza intando yami
(Simba)
Ngikhululekile ilanga lonke
(Zazu)
Mina nawe asixoxe
(Simba)
Ngenza intando yami!
(Zazu)
Ngibona kuyisikhathi sokuthi mina nawe sibe nokubonisana
(Nala)
Inkosi ayikudingi ukululekwa yizinsinyizi
(Zazu)
Uma kunje eb'khosini ngishiye phandle mina
Phandle komsebenzi, phandle kweAfrika!
Angifuni ukuba la!
Ingani uwalahlile amasiko!
(Simba)
Wo, ngijah' ukuba yinkosi!
{Drumming, humming etc}
(Nala)
Sonke uma sibhek' ehlomb'
(Simba)
Bhekanani nasekunene
Lapho nibheka khona
Ngime ngiyaqhakaza
(Zazu)
Hhayi manje
(Chorus)
Zonk' izilwane mazijabule
Mazizwe wonke umhlangi nezinyoni
Isikhathi senkos' uSimba sifikile
(Chorus and Simba)
Ngijah' ukuba yinkosi!
(Simba)
Wo, ngijah' ukuba yinkosi!
Wo, ngijah' ukuba yinkosi!