Ilanga libalele kwakhanya nakimi
Ngayibona ndlela idlozi livumile
aBantu abadala camagu
Ilanga libalele kwakhanya nakimi
Ngayibona ndlela idlozi livumile
aBantu abadala camagu
Iyona indlela lena
(Mabekhuluma nawe ubolalela)
Isalakutshelwa sibona ngomopho
Ngiyashweleza camagu
Iyona indlela lena
(Mabekhuluma nawe ubolalela)
Iphikankani lifela enkanini
Abadala camagu
Ukuze intsuku zakho zande
Hlonipha, hlonipha uyihlo nonyoko emhlabeni
Hlonipha uMdali, hlonipha abalele
Hlonipha, hlonipha uyihlo nonyoko emhlabeni
Hlonipha uMdali hlonipha abalele
Ha ha yee
(She we ye ye ye ye ye)
She we ye ye
(She mmmm)
She we ye ye
(She we ye ye, we ye ye)
(She mmm, she mmm, she mmm)
Hlonipha uMdali!
Ngabe nganginga mlalelanga uMama
Mhlambe ngaba angikho
Mhlambe ngaba angisekho
Ngabe nganginga mlalelanga uMama
Mhlambe ngaba angikho
Mhlambe ngaba angisekho
Ngiyazi uzongishisela impepho uMama
Hayi uMama
Nani ngasizwa ukulalela uMama wami
Wathi… mtanami
Hlonipha uzokhula
Hlonipha, hlonipha uyihlo nonyoko emhlabeni
Hlonipha uMdali hlonipha abalele
Hlonipha, hlonipha uyihlo nonyoko emhlabeni
Hlonipha uMdali hlonipha abalele
Ha ha yee
(She we ye ye ye ye ye)
She we ye ye
(She mmmm)
She we ye ye
(She we ye ye, we ye ye)
(She mmm, she mmm, she mmm)